|
|
|
UNotha Afrika uyinkampani entsha kodwa enolwazi lweminyaka engaphezulu kwamashumi ayisihlanu kwezokuphathwa kwamabhizinisi ngethimba labaphathi kuphela.
Inhlangano yethu kanye nezinye izinkampani ezinjengo S.A. Derivatives kanye ne S.A. Stockbrokers ne Market Wizards, sisiza ekukunikeni usizo nolwazi kumakhasimende ethu.
Pheqa ushone phansi ukuze uhlangabezane nethimu yethu enobungani yakwaNotha Afrika, bese uqhubeka
usishayele ucingo noma usithumelele
iE-Mail.
UMQONDISI
 |
uLindinkosi Robert Mchunu
uRobert uneziqu kwezamabhizinisi nomnotho.
Unolwazi olukhulu kwezokuhweba lapha kwaNotha Afrika.
URobert wazalelwa eTugela Ferry, eMsinga.
Uneminyaka engamashumi amathathu nesishiyagalolunye (39).
URobert uneminyaka eyishumi nanhlanu yolwazi lwezezimakethe nakumkhakha wezolimo, lokhu kumenze waba nothando lokusebenza ezimakethe zohwebo.
URobert uyena oqeqesha abantu mayelana nezohwebo nemakethe. |
|
UKUDAYISA |
|
|
uThalente Ntuli
Thalente Ntuli wazalelwa KwaMashu e Durban.
Wasebenza edayisa umshwalense iminyaka ewu 7 futhi unguthisha oqeqeshiwe.
Wafunda uku trader u stock market kwa Notha Africa.
|
|
UKUDAYISA |
|
|
uPrince Mchunu |
|
|
|
|