/>
EKHAYA IMIKHIQIZO YETHU UKUHWEBA IMIHLANGANO SINGOBANI UKUSITHINTA EMAIL UMBIKO LINKS
  UKUHWEBA switch to english

Izisebenzi zethu zabathengisi, zibheke imakethe yezabelo futhi balindele ukuthatha imiyalo yalokho okuthengayo noma okuthengisayo.

Sinobudlelwano obukhulu nabe   SA Derivatives, inkampani evuthiwe nenomlando omude wempumelelo. Siyakwazi ukudayisa ngemakethe yezabelo kalula nangokwethembeka. Siyakwesekela sibhekele nezidingo, sesineminyaka eminingi yolwazi ngezokuhweba.

Inhloso yethu ngamaderivatives
Amaderivatives yingxenye yemakethe yezabelo evumela abagcini zimali abancane ukuba bakwazi nabo ukubamba iqhaza. Lena yingxenye yemakethe eguquguqukayo, ngakhoke idinga ukuqaphela nolwazi, kanjalo neseluleko ongasithola kwabanye abagcini zimali.

Lokhu sikukhombisa ngezinhlelo zethu kwiCharting Software ezikusizayo wena njengekhasitoma lethu ukuthi ukwazi ukuthatha izinqumo ngokulondoloza kwakho.

Sinika ithuba kubagcini zimali abancane ukuba nabo babambe iqhaza kwimakethe yamaderivatives.

Thatha leli thuba ulisebenzise, ngokuthintana nathi MANJE!

Abagcini zimali abakhulu nabo bemukelekile!