|
|
Wamukelekile!
Sinikeza uqeqesho nolwazi ngesiZulu nangesiNgisi.
Noma unaluphi ulwazi kwezamabhizinisi, sikunika ithuba lokuba
yingxenye yezimakethe zezabelo
- Sibheka futhi sisebenza ngezimakethe ezinhlobonhlobo, ngoba ngokonga
kwakho okuncane uyakwazi ukuba yingxenye yemakethe yezabelo futhi uzitholele inzuzo.
- Ezohwebo zisho ukuba ukhuthale ekuthengeni nasekudayiseni izabelo.
- Yingakho uNotha Afrika ekunika uqeqesho kwisoftware nolwazi oluphelele ukuze ukwazi ukuba yingxenye kwimakethe yezabelo.
Siyabamukela abakhuluma isiNgisi.
Ulindele ithuba lakho?
Funda futhi uzuze ngoNotha Afrika.
"Sekungathi" "Its our time"
-
SinguNotha Africa siphokophelele
ukuqeqesha ngazo zonke izilimi zesintu.
iwebsite ngo
Rover Media Productions
|
|